KuloNovemba, abantu emhlabeni wonke bahlangana ndawonye ukugubha iZwi likaNkulunkulu ngeNyanga Yebhayibheli Yomhlaba Wonke.
Joyina umnyakazo webhayibheli womhlaba wonke ngeNselele Yebhayibheli Yezinsuku Ezingu-30.
Noma ngabe udinga ukuzizwa ungakhathazekile kangako, ungazizwa uwedwa, noma ube nesibindi sokwabelana ngokholo lwakho, izifundo zikhombisa ukuthi ukuba matasa njalo eZwini likaNkulunkulu kuguqula konke.
IZwi likaNkulunkulu likuguqula kanjani?
Kusukela ngoNovemba, sebenzisa i-Bible App izinsuku ezingu-30 ziphelele, bese uthola iBheji Ekhethekile Yenyanga Yebhayibheli Yomhlaba Wonke.


