IZwi likaNkulunkulu lingawushintsha umphakathi wakho.

U-George efundela izingane ezincane imibhalo engcwele

EKenya, iKibera ingenye yamahlathi amakhulu emijondolo emhlabeni. Impilo ingabonakala ingenakwenzeka. Usuku ngalunye luyinselelo, futhi abaningi ababoni ndlela yokuphuma.

IZwi likaNkulunkulu lingawushintsha umphakathi wakho.

“Abantu balambele ithemba. Badinga iZwi likaNkulunkulu, kodwa abanamuntu ongabatshela. Yingakho ngikhetha ukuba lapha.”

UGeorge, eKenya

UGeorge wavula isikole eKibera ukusiza izingane zithole imfundo. Futhi, uthole indlela yokubanika okunye—ukufinyelela eZwini likaNkulunkulu nge-Bible App Lite.

Lolu hlelo lokusebenza lwakhelwe izindawo ezinjengeKibera, ukuze abantu bakwazi ukufinyelela nokubambelela eBhayibhelini bengaxhunyiwe ku-inthanethi.

IZwi likaNkulunkulu lingawushintsha umphakathi wakho.

Manje, uGeorge wabelana nge-Bible App Lite nawo wonke umuntu omzungezile, futhi kushintsha wonke umphakathi wakhe!

“Ngabelana ngeBhayibheli nawo wonke umuntu engimaziyo. Manje lisabalala yonke indawo. Umphakathi uyashintsha ngenxa yeZwi likaNkulunkulu.”

Xhumana neZwi likaNkulunkulu ngaphandle kwe-inthanethi, noma kuphi, noma nini nge-Bible App Lite.

Zizwele i-Bible App Lite

Share this post:

Lokhu okuthunyelwe kuyatholakala futhi kokuthi: IsiNgisi IsiBhunu Isi-Indonesia IsiFilipino (IsiTagalog) IsiFrench IsiTaliyane IsiDutch IsiPhuthukezi IsiRomania IsiRussia IsiJapane IsiShayina (senziwe salula) IsiShayina (Esivamile) IsiKoriya Isi-Arabhu IsiBhalarushi IsiBengali IsiBhagari IsiDanishi IsiFinnish IsiGreki IsiHebheru IsiHindu IsiHangari IsiMalay IsiMongolia IsiNephali IsiNorwegian IsiFarsi IsiPolish IsiPhothukezi (sase Phothugali) IsiSlovaki IsiSwahili IsiSwidi IsiTamil Isi-Telugu IsiThai IsiTurkish Isi-Ukraine Isi-Urdu IsiVietname IsiCzech IsiKhamari isiMayalam Isi-Myanmar Burmese (i-Unicode) Isi-Lithuania IsiMasedoniya Isi-Myanmar Burmese (Zawgyi) IsiSerbia Armenian Isi-Icelandic Isi-Croatian Isi-Albanian Isi-Welsh Isi-Catalan Isi-Latvian IsiCreole SaseHaiti IsiShona Isi-Sorani Kurdish IsiXhosa IsiYoruba