I-Bible App Yezingane manje ivumelanisa kuwo wonke amadivaysi!

Iphrofayela ye Bible App yezingane

“Hey! Lokhu kunezinkanyezi zami zonke!”

Imiklomelo yezingane ye-Bible App yezingane zakho yayihlale igcinwe kudivayisi lapho beyithola khona. Uma izingane zakho zithola idivaysi entsha, noma uma ubavumela ukuba basebenzise i-Bible App Yezingane efonini ehlukile, kwakudingeka baqale kusukela ekuqaleni. Akusenjalo.

Manje inqubekelaphambili yengane ngayinye iyagcinwa, kuvumelaniswe kuwo wonke amadivayisi akho!

Njengomzali noma umnakekeli, isibuyekezo sakamuva se- Bible App yezingane sikuvumela ukuthi ungene nge akhawuntiyakho eseyikhona ye-YouVersionfuthi umise i-avatar eyehlukile yengane yakho ngayinye. Kuyashesha futhi kulula ukwengeza iphrofayeli. Izingane zakho zingakwazi ngisho ukuzikhethela ne-avatar yazo kunye nombala eziwuthandayo.

Thola i-App ebuyekeziwe

Lokhu okuthunyelwe kuyatholakala futhi kokuthi: IsiNgisi IsiBhunu Isi-Indonesia IsiJalimane ISpanish IsiFilipino (IsiTagalog) IsiFrench IsiTaliyane IsiDutch IsiPhuthukezi IsiRomania IsiRussia IsiJapane IsiShayina (senziwe salula) IsiShayina (Esivamile) IsiKoriya Isi-Arabhu IsiBhalarushi IsiBhagari IsiFinnish IsiGreki IsiHebheru IsiHindu IsiHangari IsiMalay IsiMongolia IsiNorwegian IsiFarsi IsiPolish IsiPhothukezi (sase Phothugali) IsiSwahili IsiSwidi IsiTamil IsiThai IsiTurkish Isi-Ukraine IsiVietname