Posted on 2022-09-26 by Amaplani Ebhayibheli – Okthoba 2022 Asifunde iBhayibheli sisonke (uMfumfu) izinsuku ezingu 31 Isahluko 10 kwezingu 12, lendlela iholela kumphakathi wonke ukuba ufunde iBhayibheli lonke ezinsukwini ezingu 365. Mema abanye ukuba bakujoyine ngaso sonke isikhathi uqala enye ingxenye ngenyanga elandelayo. lengxenye isebenza ngeBhayibheli elikhulunywayo_ lalela imizuzu engaphansi kuka 20 ngosuku! Ingxenye ngayinye inezahluko zeThestamente elidala kanye nelisha, kanye namaHubo afakiwe. ingxenye ka 10 ifaka iNcwadi yoMshumayeli, uNgokukaJohane, uJeremiya, kanye neSililo Amahubo izinsuku ezingu 31 ukufunda encwadini YamaHubo kuhle ngezindlela ezilula zokucosha cosha. Uma udlula esikhathini esinzima, incwadi yeZaga ingakusiza ngokukududuza kanye nokukugqugquzela Ngingakwazi Ngempela Ukusinqoba Isono Nezilingo? izinsuku ezingu 5 Uke wazibuza, “Kungani ngisabambene naleso sono na?” Ngisho nomphostoli uPawulu washo okufanayo kweyabaseRoma 7:15: “Angikwenzi engikuthandayo, kodwa lokho engikuzondayo ngenza kona.” Simisa kanjani isono ukuthi simise izimpilo zethu zikamoya? Ingabe kungenzeka? ake sixoxe ngesono, isilingo, uSathane, futhi, ngokubonga, uthando lukaNkulunkulu. Ukubuyisela Injabulo yakho izinsuku ezingu 5 Uma ufuna injabulo empilweni yakho, kufanele uthole ibhalansi ohlelweni lwakho. Umfundisi uRick wabelana ngokuthi ungalungisa kanjani okufakile kanye nalokho okukhiphayo ukuze ukupha nokwamukela kwakho kukusize ubuyise injabulo yakho, ingakulahlekeli.