Posted on 2022-12-02 by Amaplani Ebhayibheli – Disemba 2022 Asifunde iBhayibheli sisonke (uZibandlela) izinsuku ezingu 31 ingxenye 11 kwezingu 12, lePlani izosiza wonke umphakathi ukuba ufunde iBhayibheli uwonke, ndawonye, ezinsukwini eziwu 365. Mema abanye ukuba bakujoyine, njalo uma ingxenye ezintsha inyanga nenyanga. Loluchungechunge lusebenza kahle neBhayibheli elikhulumayo. Lalela imizuzu engaphanasi kuka 20 ngosuku! Ingxenye ngayinye inezahluko zeThestamente elidala nelisha, kanye namaHubo asezindaweni ezahlukene. ingxenye 12 iqukethe izincwadi ezilandelayo, u-Isaya, uMika, 1kaPetru, 2 kaPetru, 1kaJohane, 2KaJohane, 3kaJohane, noJuda. Ngokuka Luka izinsuku eziwu 12 Le plani elula izokuholela kwiVangeli NgokukaLuka kusukela ekuqaleni kuze kuyabo sekugcineni. Ukulahlekelwa ukuthula izinsuku ezingu-7 Ingabe kungenzeka ngempela ukuba nokuthula lapho ukuphila kubuhlungu? Impendulo emfushane: yebo, kodwa hhayi ngamandla ethu. Onyakeni osishiye sikhungathekile, abaningi bethu basala nemibuzo. Kulolu Hlelo LweBhayibheli lwezinsuku ezingu-7, oluhambisana nochungechunge lwemiyalezo kaMfundisi Craig Groeschel, sizothola ukuthi singakuthola kanjani Ukuthula Okulahlekile sonke esikufisayo. Izingxoxo ezincane ngosizi: Ithemba lamaholide izinsuku ezingu 5 Kwabaningi, amaholidi ayisikhathi senjabulo enkulu…kodwa kwenzekani lapho amaholide engasemnandi futhi eba inselele ngenxa yosizi olujulile noma ukulahlekelwa? Lolu hlelo lokufunda olukhethekile luzosiza labo abasosizini ukuthi bathole induduzo nethemba kumaholidi, futhi lutshengise indlela yokwenza inkathi yamaholide enenjongo nakuba kunesimo sosizi olujulile.