Manje izingane sezingakwazi ukuzitholela i App yebhayibheli yezingane ngesiZulu!

Namhlanje, sisonke ngokubambisana nabalingani bethu i- OneHope, siyathokoza ukunazisa ngokokuqala i-App yeBhayibheli yezingane nge siZulu. Manje, izingane eziningi kunakuqala, sezinethuba lokuthokozela iBhayibheli ngokwazo.

Ukuya kwezinye izilimi ngokulula, phakathi kumaSethingi e App

  1. Yenza isiqiniseko sokuthi u-Update i-App kule esisanda kuyikhipha.
  2. Vula i-App mase Thinta i-Icon eyigiya () ukuvula AmaSethingi.
  3. Thinta ulimi mase ukhetha olidingayo.

i-Audio isizodlala ngalololimi, kanye nayo yonke imibhalo ngalelolimi

Sicela usisize ukuthokozela lezi zindaba ezimnandi!

yabelana
Tweet
Email


Nge App yeBhayibheli yezingane

yenziwe ngokuhlanganyela ne OneHope, i-App yeBhayibheli yezingane isuka kwi YouVersion, abakhi be App yeBhayibheli. Yakhiwele ukunikeza injabulo egcwele eBhayibhelini ngokwabo, i-App yeBhayibheli yezingane isifakwe ngaphezu kuka 19 Million wama -Apple, Android, nakumaKindle, futhi ihlezi imahhala. Izingane zakuwo wonke umhlaba, sezithokozela i-App yeBhayibheli yezingane, ngezilimi ezingu 34 — manje sekuneyesiZulu!

App Store Google Play Amazon

Lokhu okuthunyelwe kuyatholakala futhi kokuthi: IsiNgisi